Abaphostoli nabazalwane baseJudiya bezwa ukuthi nabezizwe balamukele izwi likaNkulunkulu.
IzEnzo 11:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izindaba ezinjalo zezwakala ezindlebeni zebandla laseJerusalema, bathuma uBarnabasi ukuba ahambe aze afike e-Antiyokiya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha kwezwakala izwi ngabo ezindlebeni zebandla laseJerusalema; lase lithuma uBarnaba ukuba ahambe afike e-Antiyokiya; IsiZulu 2020 Umbiko ngabo wafinyelela ezindlebeni zebandla laseJerusalema, lathumela uBharnabha ukuba aye e-Antiyokhiya. Baasraak Zulu New Testament Bible Izindaba ezinjalo zezwakala ezindlebeni zebandla laseJerusalema, bathuma uBarnabasi ukuba ahambe aze afike e-Antiyokiya. |
Abaphostoli nabazalwane baseJudiya bezwa ukuthi nabezizwe balamukele izwi likaNkulunkulu.
Labo abahlakazekile ngokushushiswa okwavela ngoStefanu badabula baze bafika eFenike, naseKhupro, nase-Antiyokiya, bengalishumayeli izwi kubaJuda kuphela.
Abanye kubo kwakungamadoda aseKhupro naseKhurene, abathi sebefikile e-Antiyokiya, bakhuluma kumaGreki, beshumayela ivangeli ngeNkosi uJesu.
Esemtholile wamyisa e-Antiyokiya. Kwasekusithi umnyaka wonke babuthana ebandleni, bafundisa abantu abanengi. Futhi abafundi baqala ukubizwa ngokuthi amaKristu e-Antiyokiya.
Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.
Kwaba kuhle-ke kubaphostoli namalunga kanye nebandla lonke ukuthumela amadoda athile phakathi kwabo e-Antiyokiya kanye noPawulu noBarnaba; okungukuthi uJuda othiwa uBarsaba, noSila, izinduna phakathi kwabazalwane;
Lelizwi lathokozisa ixuku lonke, basebekhetha uStefane, indoda egcwele ukholo loMoya oNgcwele, loFiliphu, loProkoro, loNikanori, loTimoni, loParmena, loNikolasi umproselithe waseAntiyoki;
Kwathi abaphostoli abaseJerusalema bezwile ukuthi iSamariya ilamukele ilizwi likaNkulunkulu, bathuma kubo oPetro loJohane;
Kepha uBarnabasi wamthatha, wamyisa kubaphostoli, wabalandisa ukuthi uyibonile iNkosi endleleni, nokuthi yayikhulumile kuye, nokuthi wayeshumayele ngesibindi eDamaseku ngegama likaJesu.
Kepha uPetru esefikile e-Antiyokiya ngamelana naye ebusweni, ngokuba wayenecala.
Kodwa khathesi uThimothi esefikile kithi evela kini, esibikele izindaba ezinhle zokukholwa kwenu lothando lwenu, lokuthi lihlala lisikhumbula okuhle, lifisa kakhulu ukusibona, njengoba lathi silibona;