IzEnzo 11:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke njengokuba uNkulunkulu ebanikile isipho esifana naso njengathi thina esakholwa yiNkosi uJesu Kristu; mina bengiyini ukuba ngimelane noNkulunkulu na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngakho uma uNkulunkulu ebanikile bona isipho njengathi esakholwa yiNkosi uJesu Kristu, ngingubani mina ukuba ngivimbele uNkulunkulu na?” IsiZulu 2020 “Ngakho-ke uma uNkulunkulu ebanikile isipho njengathi esakholwa yiNkosi uJesu uKhristu, pho ngingubani ukuba ngivimbe uNkulunkulu na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho-ke njengokuba uNkulunkulu ebanikile isipho esifana naso njengathi thina esakholwa yiNkosi uJesu Kristu; mina bengiyini ukuba ngimelane noNkulunkulu na? |
Futhi bonke abakhileyo emhlabeni babhekwa njengento engelutho; futhi wenza njengentando yakhe ebandleni lasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akakho ongabamba isandla sakhe, athi kuye: ‘Wenzani na?’
Abasokile abakholwayo ababeze noPetru bamangala, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe.
Ukhona yini ongala namanzi ukuba bangabhapathizwa laba abamamukele uMoya oNgcwele njengathi na?
Kwathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, njengalokhu wehlela kithi ekuqaleni.
Kepha uma kuvela kuNkulunkulu, anikwazi ukukuchitha; funa nifunyanwe ningabalwa noNkulunkulu.