Kodwa mina, le mfihlo angembulelwanga ngenxa yokuhlakanipha enginakho kunabo bonke abaphilayo, kodwa ngenxa yalabo abayakwazisa inkosi incazelo, futhi wazi imicabango yenhliziyo yakho.
IzEnzo 10:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ukuba angene uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ngasezinyaweni zakhe, wakhuleka. IsiZulu 2020 Kuthe uPhethro esezofika khona, uKhorneliyu wamhlangabeza, wawa ngobuso, wathi mbo phansi ngasezinyaweni zikaPhethro, wakhuleka. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye. |
Kodwa mina, le mfihlo angembulelwanga ngenxa yokuhlakanipha enginakho kunabo bonke abaphilayo, kodwa ngenxa yalabo abayakwazisa inkosi incazelo, futhi wazi imicabango yenhliziyo yakho.
Inkosi uNebukadinesari yawa ngobuso, yakhuleka kuDaniyeli, yayala ukuba balethe kuye umnikelo womlilo namakha amnandi.
Basebesiza ababesemkhunjini, bakhuleka kuye, besithi: Isibili wena uyiNdodana kaNkulunkulu.
Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.
Ngawa ngasezinyaweni zayo ukuba ngiyikhonze. Yathi kimi: “Bheka, ungakwenzi; mina ngiyinceku kanye nawe nabazalwane bakho abanobufakazi bukaJesu;