Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 10:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kodwa uPetro wamsukumisa, wathi: Sukuma; nami ngingumuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kepha uPetru wamvusa wathi: “Sukuma, nami ngingumuntu nje.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

26 Kepha uPhethro wamsukumisa ethi kuye: “Sukuma, nami ngingumuntu nje.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Kodwa uPetro wamsukumisa, wathi: Sukuma; nami ngingumuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 10:26
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

NginguJehova, yilo igama lami; angiyikunika omunye udumo lwami, nezithombe ezibaziweyo udumo lwami.


Isandla sami sasekela umhlaba, esokunene sami seneka amazulu; uma ngibabiza basukuma kanyekanye.


Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.


Nabo bonke abakhileyo emhlabeni bayakukhuleka kuso, abamagama abo angalotshwanga encwadini yokuphila yeWundlu elihlatshiweyo kusukela ekusekelweni komhlaba.


Ngawa ngasezinyaweni zayo ukuba ngiyikhonze. Yathi kimi: “Bheka, ungakwenzi; mina ngiyinceku kanye nawe nabazalwane bakho abanobufakazi bukaJesu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka