Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 1:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngakho-ke kulawo madoda abehamba nathi isikhathi sonke lapho iNkosi uJesu ingena iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Ngakho kulawo madoda ayehamba nathi isikhathi sonke, lapho iNkosi uJesu ingena, iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

“Ngakho-ke kubalulekile ukuba kula madoda ayehamba nathi isikhathi sonke, lapho iNkosi uJesu ingena iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ngakho-ke kulawo madoda abehamba nathi isikhathi sonke lapho iNkosi uJesu ingena iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 1:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nakudala uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha u-Israyeli, wabangenisa; uJehova wathi kuwe: ‘Kumelwe unakekele abantu bami u-Israyeli, futhi wena kumelwe ube umbusi phezu kuka-Israyeli.


Manje, Jehova Nkulunkulu wami, usubekile inceku yakho inkosi esikhundleni sikaDavide ubaba, mina ngingumntwana omncane; angazi ngiphume noma ngingene kanjani.


abangaphuma phambi kwabo futhi abangene phambi kwabo futhi abakhiphe futhi abangenise; ukuze ibandla leNkosi lingabi njengezimvu ezingenamalusi.


njengalokho basinikela bona, ababengofakazi bokuzibonela kwasekuqaleni nezikhonzi zezwi;


Sebengenile, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu.


Nani-ke nizafakaza, ngokuba beninami kwasekuqaleni.


Wathi kubo: “Namuhla ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili; Angisakwazi ukungena nokuphuma; uJehova wathi kimi: “Awuyikuliwela leli Jordani.”