Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 1:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “Ngakho kulawo madoda ayehamba nathi isikhathi sonke, lapho iNkosi uJesu ingena, iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 “Ngakho-ke kubalulekile ukuba kula madoda ayehamba nathi isikhathi sonke, lapho iNkosi uJesu ingena iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Ngakho-ke kulawo madoda abehamba nathi isikhathi sonke lapho iNkosi uJesu ingena iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngakho-ke kulawo madoda abehamba nathi isikhathi sonke lapho iNkosi uJesu ingena iphuma phakathi kwethu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 1:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngesikhathi esidlulileyo, uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha nowangenisa u-Israyeli; uJehova wathi kuwe: ‘Wena uyakwalusa abantu bami u-Israyeli, wena uyakuba ngumbusi wakwa-Israyeli.’ ”


“Manje, Jehova Nkulunkulu wami, ubekile inceku yakho inkosi esikhundleni sikaDavide ubaba; ngingumntwana omncane nje, angikwazi nokungena nokuphuma.


ongaphuma phambi kwabo, angene phambi kwabo, abakhiphe, abangenise, ukuze inhlangano kaJehova ingabi njengezimvu ezingenamalusi.”


njengalokho basinika zona labo ababekhona kwasekuqaleni, bezibonela ngamehlo, beyizikhonzi zezwi,


Kuthe bengena, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu.


Nani niyafakaza, ngokuba beninami kwasekuqaleni.


wathi kubo: “Ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili namuhla; angisenamandla okuphuma nokungena; uJehova ushilo kimi ukuthi: ‘Awuyikuliwela leli Jordani.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka