Ngokuba uSolomoni esemdala, abafazi bakhe bayiphambukisa inhliziyo yakhe ukuba ilandele abanye onkulunkulu; inhliziyo yakhe yayingaphelele kuJehova uNkulunkulu wakhe njengenhliziyo kaDavide uyise.
IsAmbulo 3:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Qaphela, uqinise okuseleyo, obesezakufa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Vuka ulinde, uqinise okuseleyo obekuzakufa, ngokuba angifumananga imisebenzi yakho iphelelisiwe phambi kukaNkulunkulu wami; IsiZulu 2020 Linda, uqinise okuseleyo obesekuzakufa, ngokuba angiyifumananga imisebenzi yakho iphelelisiwe phambi kukaNkulunkulu wami. Baasraak Zulu New Testament Bible Qaphela, uqinise okuseleyo, obesezakufa; |
Ngokuba uSolomoni esemdala, abafazi bakhe bayiphambukisa inhliziyo yakhe ukuba ilandele abanye onkulunkulu; inhliziyo yakhe yayingaphelele kuJehova uNkulunkulu wakhe njengenhliziyo kaDavide uyise.
Wahamba ezonweni zonke zikayise azenza ngaphambi kwakhe; inhliziyo yakhe yayingaphelele kuJehova uNkulunkulu wakhe njengenhliziyo kaDavide uyise.
Kepha bengiyakuniqinisa ngomlomo wami, nokuhamba kwezindebe zami kube kuthobisa usizi lwenu.
Abalindi bakhe bayizimpumputhe, bonke abanalwazi, bonke bayizinja eziyizimungulu, azikwazi ukukhonkotha; lala, qamba amanga, uthanda ukulala.
Ngiyakumemezela ukulunga kwakho nemisebenzi yakho; ngoba kabayikusiza ngalutho.
Ngiyofuna elahlekile, futhi exoshiwe, ngizoyibuyisa, futhi ephukile, ngizoyibopha futhi egulayo ngizoyiqinisa; kepha okunonileyo nokunamandla ngiyakuchitha; ngizazondla ngokwahlulela.
Ngokuba bhekani, ngiyakuvusa umalusi ezweni, ongayikuvakashela echithekileyo, afune omncane, aphulukise owaphukileyo, angalungi oyivila; kepha uyakuklebhula izinzipho zabo zibe yizicucu.
Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo;
Esehlale khona isikhathi, wamuka, walidabula ngokulandelana izwe laseGalathiya nelaseFrigiya, eqinisa bonke abafundi.
Kodwa yala uJoshuwa, umkhuthaze, umqinise, ngoba yena uzachapha phambi kwalababantu, njalo uzabenza balidle ilifa lelizwe ozalibona.
Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;
Bheka, ngiza njengesela; Ubusisiwe olindayo, ogcina izingubo zakhe, funa ahambe nqunu, babone ihlazo lakhe.
Nakuyo ingelosi yebandla laseSardesi loba ukuthi: Nakhu akushoyo onawoMoya abayisikhombisa bakaNkulunkulu, nezinkanyezi eziyisikhombisa; Ngiyayazi imisebenzi yakho, ukuthi unegama lokuthi uyaphila, kanti ufile.
Ngakho khumbula ukuthi wamukele wezwa njani, ubambelele, uphenduke. Ngakho uma ungalindi, ngizakuza kuwe njengesela, njalo kawusoze walazi ihola engizakuza ngalo phezu kwakho.