Futhi futhi ngokuhlakanipha kwakhe uyokwenza ubuciko obusesandleni sakhe buphumelele; futhi iyozikhulisa enhliziyweni yayo futhi ibhubhise abaningi ngokuthula; kodwa uyakwaphulwa kungengasandla.
IsAmbulo 19:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngase ngibona isilo, namakhosi omhlaba, namabutho awo, ebuthene ukuba alwe nohlezi ehhashini, nebutho lakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngabona isilo, namakhosi omhlaba, nezimpi zawo zibuthene ukulwa naye owayehlezi ehhashini nempi yakhe. IsiZulu 2020 Ngase ngibona isilo, amakhosi omhlaba kanye nempi yawo kubuthene ukuze balwe nalowo ohleli ehhashini nempi yakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngase ngibona isilo, namakhosi omhlaba, namabutho awo, ebuthene ukuba alwe nohlezi ehhashini, nebutho lakhe. |
Futhi futhi ngokuhlakanipha kwakhe uyokwenza ubuciko obusesandleni sakhe buphumelele; futhi iyozikhulisa enhliziyweni yayo futhi ibhubhise abaningi ngokuthula; kodwa uyakwaphulwa kungengasandla.
Kuyakuthi sebebuqedile ubufakazi babo, isilo esiphuma kwalasha siyakulwa nabo, sibanqobe, sibabulale.
Ingelosi yesithathu yabalandela, isithi ngezwi elikhulu: “Uma umuntu ekhuleka isilo nomfanekiso waso, amukele uphawu ebunzini lakhe, noma esandleni sakhe,
Ngokuba bayimimoya yamademoni, eyenza izibonakaliso, ephumela emakhosini omhlaba wonke ukubabuthela ekulweni kosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke.
Lamakhosi omhlaba aphingayo laye aphile kamnandi laye, azakulilela, alilele, lapho ebona intuthu yokutshiswa kwayo;
Abaseleyo babulawa ngenkemba yohlezi ehhashini, inkemba ephuma emlonyeni wakhe, nezinyoni zonke zasutha inyama yabo.