INkosi yasisithi kuye: Ngakho loba ngubani obulala uKhayini uzaphindiselwa kasikhombisa. UJehova wabeka uphawu kuKayini, ukuze kungabikho muntu omfumanayo angambulala.
AmaHubo 79:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Unike omakhelwane bethu kasikhombisa esifubeni sabo ihlazo labo abakuhlambalaza ngalo, Jehova. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Buyisela kubakhelwane bethu, kuphindwe kasikhombisa esifubeni sabo inhlamba abakuhlambalaza ngayo, Nkosi. IsiZulu 2020 Ibuyisele kasikhombisa ezifubeni zomakhelwane bethu inhlamba abakuhlambalaza ngayo, Nkosi. |
INkosi yasisithi kuye: Ngakho loba ngubani obulala uKhayini uzaphindiselwa kasikhombisa. UJehova wabeka uphawu kuKayini, ukuze kungabikho muntu omfumanayo angambulala.
O Nkulunkulu, koze kube nini isitha sihlambalaza? isitha sihlambalaza igama lakho kuze kube phakade na?
Kodwa uma etholwa, kufanele abuye kasikhombisa; kumelwe anikeze zonke izinto zendlu yakhe.
Wena uhawukela izinkulungwane, uphindisele ububi bawoyise esifubeni sabantwana babo emva kwabo: oMkhulu, uNkulunkulu onamandla, uJehova Sebawoti, igama lakhe,
Uzakwazi ukuthi mina nginguJehova, lokuthi ngizwile zonke izithuko zakho ozikhulume ngezintaba zakoIsrayeli ngokuthi: Ziyinkangala, ziphiwe thina ukuthi sizidle.
Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Ngiphakamisile isandla sami, impela, izizwe ezinihaqayo ziyakuthwala ihlazo lazo.
Uma nihamba ngokumelene nami, ningangilaleli; ngiyakwehlisela izinhlupho kasikhombisa phezu kwenu ngokwezono zenu;
Khona nami ngiyakuhamba ngithukuthelele; mina, yebo, mina, ngiyakunishaya kasikhombisa ngenxa yezono zenu.
Yiphani, khona niyakuphiwa; isilinganiso esihle, esigxishiwe, esigxishiwe, esichichimayo, bayakuninika esifubeni senu. Ngokuba ngesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.