Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 44:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngenxa yezwi lomuntu othukayo, ohlambalazayo; ngenxa yesitha nomphindiseli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ngenxa yoklolodayo nojivazayo, ngenxa yesitha nomphindiseli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 ngenxa yoklolodayo nojivazayo, nangenxa yesitha nomphindiseleli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 44:16
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma ngimubi, maye kimi! noma ngilungile, nokho angiyikuphakamisa ikhanda lami. Ngigcwele ukudideka; ngakho-ke niyalubona usizi lwami;


O Nkulunkulu, koze kube nini isitha sihlambalaza? isitha sihlambalaza igama lakho kuze kube phakade na?


Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.


Unike omakhelwane bethu kasikhombisa esifubeni sabo ihlazo labo abakuhlambalaza ngalo, Jehova.


Emlonyeni wezingane nezinsana unike amandla ngenxa yezitha zakho, ukuze uthulise isitha nabaphindisayo.


Khothama, Jehova, ulalele; vula amehlo akho, Jehova, ubuke, uzwe onke amazwi kaSaneheribi awathumele ukuhlambalaza uNkulunkulu ophilayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka