Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 26:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Uma nihamba ngokumelene nami, ningangilaleli; ngiyakwehlisela izinhlupho kasikhombisa phezu kwenu ngokwezono zenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “ ‘Uma nihamba niphambene nami, ningangilaleli, ngiyakubuye nginehlisele izinhlupheko ziphindwe kasikhombisa njengezono zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 “ ‘Uma niyohamba nimelene nami, ningavumi ukungilalela, ngiyakunehlisela izinhlupheko eziphindwe kasikhombisa, ngenxa yezono zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 26:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Unike omakhelwane bethu kasikhombisa esifubeni sabo ihlazo labo abakuhlambalaza ngalo, Jehova.


Ngokuba ngalesi sikhathi ngiyakuthuma zonke izinhlupho zami enhliziyweni yakho, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho; ukuze wazi ukuthi akakho onjengami emhlabeni wonke.


Ngalokho intukuthelo kaJehova yabavuthela abantu bakhe, welula isandla sakhe phezu kwabo, wababulala; Kukho konke lokhu ulaka lwakhe alubuyanga, kodwa isandla sakhe sisaluliwe.


Wena-ke, ndodana yomuntu, profetha, ushaye izandla zakho, inkemba iphindwe okwesithathu, inkemba yabanqotshiweyo; yinkemba yabakhulu abanqotshiweyo, abangena ezindaweni zabo zokucasha.


Uma namanje ningangilaleli, ngiyakunijezisa kasikhombisa ngezono zenu.


Njalo uba lingaguqulwa yimi ngalezizinto, kodwa ngiphikisani;


Khona-ke ngiyohamba ngokumelene nani futhi nginijezise kasikhombisa ngenxa yezono zenu.


Futhi uma ningafuni ukungilalela zonke lezi zinto, kodwa nihambe ngokumelene nami;


Ngase ngibona esinye isibonakaliso ezulwini, esikhulu nesimangalisayo: izingelosi eziyisikhombisa zinezinhlupho eziyisikhombisa zokugcina; ngoba ulaka lukaNkulunkulu lugcwaliswa ngazo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka