Ngokuba umenze waba yisibusiso kuze kube phakade; Umthokozise kakhulu ngobuso bakho.
AmaHubo 63:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba umusa wakho ungcono kunokuphila, izindebe zami zizakudumisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba umusa wakho umnandi kunokuphila; izindebe zami ziyakukudumisa. IsiZulu 2020 Ngokuba umusa wakho muhle kunokuphila, izindebe zomlomo wami zizokudumisa. |
Ngokuba umenze waba yisibusiso kuze kube phakade; Umthokozise kakhulu ngobuso bakho.
Udumo lwami luze luhlabelele udumo lwakho, lungathuli. O Jehova Nkulunkulu wami, ngizokudumisa kuze kube phakade.
Ngokuba ukufutheka kwakhe kuba ngokomzuzwana nje; emseni wakhe kukhona ukuphila: ukukhala kuhlezi ubusuku, kepha ekuseni kukhona intokozo.
Baningi abathi: “Ngubani ozosibonisa okuhle na? Jehova, phakamisela ukukhanya kobuso bakho phezu kwethu.
Umphefumulo wami womela uNkulunkulu, uNkulunkulu ophilayo; ngiyakufika nini, ngibonakale phambi kukaNkulunkulu na?
Abahlabeleli bangaphambili, nabashaya izinsimbi ngemuva; phakathi kwabo kwakukhona amantombazane adlala izigubhu.
Thathani amazwi, niphenduke kuJehova; nithi kuye: Susa konke okubi, usamukele ngomusa, ukuze sibuyisele amathole ezindebe zethu.
Ngakho ngiyanincenga, bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe-ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, owamukelekayo kuNkulunkulu, kube ngukukhonza kwenu kokuqonda.
Ngikhuluma ngokwabantu ngenxa yobuthakathaka benyama yenu; ngokunjalo-ke nikelani izitho zenu khathesi izigqili zokulunga kube ngcwele.
Ngokuba ngicindezelekile phakathi kokubili, nginesifiso sokumuka ngiyekuba noKristu; okuyinto engcono kakhulu:
Ngakho masinikele njalonjalo kuNkulunkulu ngaye umhlatshelo wokubonga, okungukuthi isithelo sezindebe ezivuma igama lakhe.
Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho; ngoba sizambona njengoba enjalo.