Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 66:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngambiza ngomlomo wami, wadunyiswa ngolimi lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngakhala kuye ngomlomo wami; ukudumisa kwakuphansi kolimi lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Ngakhala kuye, nginxusa, ukudumisa kwakusolimini lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 66:17
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakubuyiselani kuJehova ngazo zonke izenzo zakhe zomusa kimi na?


(Ihubo lokudumisa likaDavide.) Ngiyakukubonga, Nkulunkulu wami, nkosi; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade.


Ihubo nehubo ekungcwelisweni kwendlu kaDavide. Ngiyakukubonga, Jehova; ngokuba ungiphakamisile, awuvumelanga izitha zami ukuba zijabule ngami.


Ngakhala kuwe Jehova; ngamncenga uJehova.


Kunanzuzoni egazini lami, uma ngehlela emgodini na? Ingabe uthuli luyokudumisa? ingabe izomemezela iqiniso Lakho?


Lo muntu ompofu wakhala, uJehova wamuzwa, wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka