AmaHubo 44:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Usenza sibe yihlazo komakhelwane bethu, inhlekisa nesisulu kwabasizungezile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Usenza isihlamba kubakhelwane bethu, inhlekiso nendumazo kwabasiphahlileyo. IsiZulu 2020 Usenze isethuko komakhelwane bethu, inhlekisa nendumalo kwabasiphahlileyo. |
Izitha zakho ezihlambalaze ngazo, Jehova! abahlambalaza ngayo izinyathelo zogcotshiweyo wakho.
Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Nizithengisele ize; futhi niyosala ningenamali.
Ngiyakubanikela ukuba banyakaze emibusweni yonke yomhlaba ngenxa yobubi babo, isihlamba nesaga, inhlekisa nesiqalekiso, ezindaweni zonke engiyobaxosha kuzo.
Ngokuba u-Israyeli wayengesiyo inhlekisa kuwe na? wafunyanwa phakathi kwamasela na? ngoba selokhu ukhulumile ngaye, ugxume ngokuthokoza.
Futhi uyakuba yisimangaliso, nesaga, nenhlekisa phakathi kwezizwe zonke lapho uJehova eyakuyisa khona.