Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 44:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uthengisa ngabantu bakho mahhala, ungandisi ingcebo yakho ngentengo yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uthengisa ngesizwe sakho ngokuyize; awuzuzi lutho ngokubiza ngaso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Isizwe sakho usithengise ngenani eliphansi, wangathola nzuzo ngaso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 44:12
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


Impahla yenu nengcebo yenu ngiyakunikela ngesihle empangweni, nalokhu ngenxa yezono zenu zonke, nakuyo yonke imikhawulo yenu.


Ngiyonihlakazela phakathi kwezizwe ngihoshe inkemba emva kwenu, izwe lenu libe yihlane nemizi yenu ibe yincithakalo.


Inkulungwane iyakubaleka kanjani, nezinkulungwane ezimbili eziyishumi zingabaleka, uma iDwala labo lingathengisanga ngabo, uJehova ebavalile na?


UJehova uyakunihlakaza phakathi kwezizwe, nisale niyingcosana phakathi kwezizwe uJehova eyakuniholela kuzo.


nesinamoni, nempepho, namafutha okugcoba, nenhlaka, newayini, namafutha, nempuphu ecolekileyo, nokolweni, nezinkomo, nezimvu, namahhashi, nezinqola, nezinceku, nemiphefumulo yabantu.


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wabanikela esandleni sabaphangi ababaphanga, wathengisa ngabo esandleni sezitha zabo nxazonke, ukuze bangabe besakwazi ukuma phambi kwezitha zabo.


Ngalokho intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wathengisa ngabo esandleni sikaKushani Ristayimi, inkosi yase-Aramu Pothamiya;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka