AmaHubo 39:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngisindise kuzo zonke iziphambeko zami; ungangenzi ihlazo leziwula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngisindise kuzo iziphambeko zami, ungangenzi isithuko sesiwula. IsiZulu 2020 Ngihlenge kuzo zonke izinhlupheko engikuzo. Ungangenzi inhlekisa yesiwula. |
Umphefumulo wami ulindele iN kosi kulalabo abalindela ukusa; Ngithi, ngaphezu kwalabo abalindele ikusasa.
Yebo, bangikhamisela kakhulu imilomo yabo, bathi: “Ashila, ashila, iso lethu libonile!
Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami, futhi ulimi lwami luzakwethaba ngokulunga kwakho.
Uyakuthumela esezulwini angisindise ehlazweni lalowo obefuna ukungidla. Sela. UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe.
Abapristi, izinceku zikaJehova, mabakhale phakathi kompheme ne-altare, bathi: ‘Hawukela abantu bakho, Jehova, unganikeli ifa lakho libe yihlazo, ukuze abezizwe babuse phezu kwabo; bangasho ngani phakathi kwabantu ukuthi: “Uphi uNkulunkulu wabo na?
Yebo, uJehova uyakuphendula athi kubantu bakhe: “Bhekani, nginithumelela ukolweni newayini namafutha, nisuthe ngakho; angisayikunenza nibe yihlazo phakathi kwezizwe.
Uzabuya aphenduke, abe lesihawu kithi; Uzathobisa ububi bethu; futhi uyophonsa zonke izono zabo ekujuleni kolwandle.
Uyakuzala indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.
owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge kubo bonke ububi, futhi azihlambulule isizwe esiyisizwe, esishisekela imisebenzi emihle.