UJowabe wayesengena endlini enkosini, wathi: “Ubujabhisile namuhla ubuso bezinceku zakho zonke ezisindisile ukuphila kwakho namuhla, nokuphila kwamadodana akho, namadodakazi akho, nokuphila kwawomkakho”, nokuphila kwezancinza zakho;
AmaHubo 34:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bambheka bakhanyiselwa, nobuso babo abuzange bube namahloni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babheka kuye phezulu, bakhanya; ubuso babo abusoze bajabha. IsiZulu 2020 Ababheka kuye, baba nokukhanya. Ubuso babo abusoze bajabha. |
UJowabe wayesengena endlini enkosini, wathi: “Ubujabhisile namuhla ubuso bezinceku zakho zonke ezisindisile ukuphila kwakho namuhla, nokuphila kwamadodana akho, namadodakazi akho, nokuphila kwawomkakho”, nokuphila kwezancinza zakho;
Bheka, ungilalele, Jehova Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami, ukuze ngingalali ubuthongo bokufa;
Ngosuku engamemeza ngalo, wangiphendula, wangiqinisa ngamandla emphefumulweni wami.
Ngokuba wena uyakukhanyisa isibani sami; uJehova uNkulunkulu wami uyakukhanyisa ubumnyama bami.
Oletha udumo uyangidumisa; nakulowo oqondisa ukuhamba kwakhe, ngiyakumazisa insindiso kaNkulunkulu.
Bhekani Kimi, nisindiswe, nonke mikhawulo yomhlaba, ngokuba nginguNkulunkulu, akakho omunye.
Khona uyakubona, ugobhoze kanyekanye, inhliziyo yakho yesabe, yande; ngoba ukuchichima kolwandle kuyakuphendukela kuwe, amandla abezizwe ayakuza kuwe.
sibheke kuJesu umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu; owathi ngenxa yentokozo eyayibekwe phambi kwakhe wathwala isiphambano, edelela ihlazo, futhi usehlezi ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.
Ngemva kwalokho uDavide namadoda ayekanye naye, kungathi abangamakhulu ayisithupha, basuka basuka eKehila, bahamba nomaphi lapho babengaya khona. USawule watshelwa ukuthi uDavide ubalekile eKehila; wehluleka ukuphuma.