Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 13:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bheka, ungilalele, Jehova Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami, ukuze ngingalali ubuthongo bokufa;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bheka neno, ungiphendule, Jehova Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami, ngize ngingalali ubuthongo bokufa,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Ngibheke, ungiphendule, Simakade, Nkulunkulu wami. Letha injabulo emehlweni ami, ngingaze ngilale ubuthongo bokufa;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 13:3
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Manje isihawu sikaJehova uNkulunkulu wethu senziwe ngokwesikhashana nje ukusishiyela insali ephunyukileyo, nokusinika isikhonkwane endlini yakhe engcwele, ukuze uNkulunkulu wethu akhanyisele amehlo ethu, asinike ukuvuselela endaweni yakhe engcwele ubugqila bethu.


RESH. Bheka ukuhlupheka kwami, ungisindise, ngokuba angikhohlwa umthetho wakho.


Ngokuba wena uyakukhanyisa isibani sami; uJehova uNkulunkulu wami uyakukhanyisa ubumnyama bami.


Nakani izitha zami; ngokuba baningi; futhi bayangizonda ngenzondo enonya.


Ngiyakujabula, ngethabe ngomusa wakho, ngokuba ukubonile usizi lwami; Uwazi umphefumulo wami ekuhluphekeni;


Kumholi wokuhlabelela ingoma kaNehiloti. Ihubo likaDavide. Bheka, Jehova, amazwi ami, uqaphele ukuzindla kwami.


Yiba nomusa kimi, Jehova; bheka usizi lwami engihlupheka ngalo kwabangizondayo, wena ongiphakamisa emasangweni okufa.


Ekushiseni kwabo ngiyakubenzela amadili, ngibadakise, ukuze bajabule, balale ubuthongo obuphakade, bangavuki,” usho uJehova.


Ngiyakudakisa izikhulu zayo nezihlakaniphi zayo, nezikhulu zayo, nezikhulu zayo, namaqhawe ayo; bayolala ubuthongo obuphakade, bangavuki,” isho iNkosi egama layo linguJehova Sebawoti.


Khumbula, Jehova, esehlele; qaphela, ubone ihlazo lethu.


ukukhanya kokukhanyisa abezizwe, nenkazimulo yabantu bakho u-Israyeli.


Ngakho uthi: Vuka wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKristu uzakukukhanyisa.


Umuzi awudingi ilanga nenyanga ukuba kukhanye kuwo, ngokuba inkazimulo kaNkulunkulu iyawukhanyisa, nokukhanya kwawo iWundlu.


Kepha uJonathani akalalelanga lapho uyise eyala abantu; ngakho welula isihloko sodondolo olusesandleni sakhe, walucwilisa ekhekhebeni lezinyosi, wasibeka isandla sakhe emlonyeni wakhe; lamehlo akhe akhanya.


UJonathani wasesithi: Ubaba walinyakazisa ilizwe; bhekani, amehlo ami aqabukile, ngokuba nginambithe ingcosana yaloluju.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka