AmaHubo 21:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba baceba okubi ngawe, baceba icebo elibi abangenakulenza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba babehlosa okubi, baceba icebo; kepha bayahluleka. IsiZulu 2020 Uma bekwakhela uzungu, beceba okubi ngawe, abayukuphumelela; |
Ngokuba ngizwile ukuhleba kwabaningi; njengoba becebisana ngami, baceba ukususa umphefumulo wami.
Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baceba izindaba zenkohliso ngabanokuthula ezweni.
Bathi: “Wozani, sibaqothule, babe yisizwe; ukuze igama lika-Israyeli lingabe lisakhunjulwa.
Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, lawa ngamadoda aceba okubi, aluleka amasu kulo muzi.
Khona uHerode, ebona ukuthi uklolodelwe yizazi, wathukuthela kakhulu; isikhathi ayebuzisise ngaso kwabahlakaniphileyo.
Wazithuma eBetlehema, wathi: “Hambani nibuzisise ngomntwana; nxa senimtholile, ningitshele, ukuze nami ngize ngikhuleke kuye.