Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 83:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bathi: “Wozani, sibaqothule, babe yisizwe; ukuze igama lika-Israyeli lingabe lisakhunjulwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bathi: “Wozani sibaqothule, bangabe besaba yisizwe, negama lika-Israyeli lingabe lisakhunjulwa.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Bathi: “Wozani sibaqothule, bangabe besaba yisizwe, negama lika-Israyeli lingabe lisakhunjulwa.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 83:4
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasekhuluma phambi kwabafowabo lebutho lebutho leSamariya wathi: Enzani lamaJuda abuthakathaka? bazoziqinisa na? bazahlabela yini? zizophela ngosuku? bayowavusa amatshe ezinqwabeni zemfucumfucu eshile na?


Bathi enhliziyweni yabo: “Masibachithe kanyekanye; bashisa onke amasinagoge kaNkulunkulu ezweni.”


Wozani sibaphathe ngokuhlakanipha; ukuze bangande, futhi uma kuqubuka noma iyiphi impi, nabo bazihlanganisa nezitha zethu futhi balwe nathi futhi kanjalo bahoxe ezweni.


Masibashwabadele bephila njengethuna; futhi bephelele njengabehlela egodini;


Kodwa nganginjengewundlu eliyiswa ekuhlatshweni; futhi ngangingazi ukuthi babengicebele amacebo, bethi: “Masiwuchithe umuthi nezithelo zawo, siwunqume ezweni labaphilayo, ukuze igama lawo lingabe lisakhunjulwa.


Uma lezo zimiso zisuka phambi kwami, usho uJehova, khona-ke inzalo yakwa-Israyeli iyakuyeka ukuba yisizwe phambi kwami kuze kube phakade.


Akusayikuba khona ukudunyiswa kwaMowabi; eHeshiboni bacebe okubi ngaye; wozani silinqume esizweni. Futhi uyakunqunywa, Madmen; inkemba iyakukusukela.


Isho kanje iNkosi uJehova; Kuzokwenzeka futhi ukuthi ngesikhathi esifanayo izinto zizofika engqondweni yakho, futhi uzocabanga umcabango omubi;


Futhi iyokhuluma amazwi amakhulu ngokumelene noPhezukonke futhi iqede abangcwele boPhezukonke futhi icabange ukuguqula izikhathi nemithetho, futhi kuyonikelwa esandleni sayo isikhathi nezikhathi nengxenye yesikhathi.


Kodwa ukuze kungabe kusaqhubeka phakathi kwabantu, kasibasongele ukuthi bangakhulumi kumuntu ngalelibizo.


basebebuthana ukulwa nganhliziyonye loJoshuwa loIsrayeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka