Kasikhombisa ngosuku ngiyakudumisa ngezahlulelo zakho zokulunga.
Kasikhombisa ngosuku ngiyakudumisa ngezahlulelo zokulunga kwakho.
Kasikhombisa ngosuku, ngiyakudumisa ngezehlulelo zokulunga kwakho.
Phakathi kobusuku ngiyakuvuka ngikudumise ngenxa yezahlulelo zakho ezilungileyo.
Mayijabule intaba yaseSiyoni, amadodakazi akwaJuda ajabule ngezahlulelo zakho.
Ngizokhuleka ngikhale kakhulu ebusuku nasekuseni nasemini, futhi uzolizwa izwi lami.
IZiyoni yezwa, yathokoza; amadodakazi akwaJuda ajabula ngezahlulelo zakho, Jehova;
Khona lamadoda abuthana amfumana uDaniyeli ekhuleka enxusa phambi kukaNkulunkulu wakhe.
Ngokuba ziqinisile, zilungile izahlulelo zakhe, ngokuba usahlulele isifebe esikhulu esonakalisa umhlaba ngobufebe baso, waliphindisela igazi lezinceku zakhe esandleni saso.