Wafa uHusam, wathi uHadadi, unyana kaBhedadi, owawabulalayo amaMidiyan emhlabeni wakwaMowabhi, walawula esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyi-Awiti.
AbAhluleli 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadoda akwa-Israyeli abuthana kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakuManase wonke, abaxosha abakwaMidiyani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadoda akwa-Israyeli ayebuthene evela kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakulo lonke lakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani. IsiZulu 2020 Kwabizwa wonke amadoda akwa-Israyeli, kwaNafethali nakwa-Asheri nakulo lonke elakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani. |
Wafa uHusam, wathi uHadadi, unyana kaBhedadi, owawabulalayo amaMidiyan emhlabeni wakwaMowabhi, walawula esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyi-Awiti.
Babulala, kwaba yilowo nalowo umuntu wakhe, abaleka ama-Aramu; u-Israyeli wabaxosha; uBenihadadi inkosi yase-Aramu waphunyuka ngehhashi nabamahhashi.
Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yanqoba amahhashi nezinqola, yawachitha ama-Aramu ngokuceka okukhulu.
Wathuma izithunywa kuwo wonke uManase; wathuma izithunywa ko-Asheri, noZebuloni, noNafetali; bakhuphuka ukubahlangabeza.