Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 7:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amadoda akwa-Israyeli ayebuthene evela kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakulo lonke lakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 Kwabizwa wonke amadoda akwa-Israyeli, kwaNafethali nakwa-Asheri nakulo lonke elakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Amadoda akwa-Israyeli abuthana kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakuManase wonke, abaxosha abakwaMidiyani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 7:23
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wafa uHushamu; uHadadi indodana kaBedadi owanqoba abakwaMidiyani ethafeni lakwaMowabi waba yinkosi esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyi-Aviti.


Babulala, kwaba yilowo nalowo umuntu wakhe; ama-Aramu abaleka, u-Israyeli wawaxosha; uBeni Hadadi inkosi yama-Aramu waphunyuka ngehhashi kanye nabamahhashi.


Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yagenca amahhashi nezinqola, yabulala ama-Aramu ngokuceka okukhulu.


Niyakuxosha izitha zenu, ziwe phambi kwenu ngenkemba.


Wathuma izithunywa kulo lonke lakwaManase, nabo babuthana, bamlandela; wathuma izithunywa ku-Asheri, nakuZebuloni, nakuNafetali, bakhuphuka ukuba babahlangabeze.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka