UJehova wathuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye; omunye ecebile, omunye empofu.
2 Samuweli 7:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngalobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi: IsiZulu 2020 Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaSimakade lafika kuNathani, lathi: |
UJehova wathuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye; omunye ecebile, omunye empofu.
UNathani wasesithi enkosini: Hamba wenze konke okusenhliziyweni yakho; ngoba iNkosi ilawe.
Hamba utshele inceku yami uDavida ukuthi: Itsho njalo iNkosi: Wena uzakungakhela indlu yokuhlala?
Kusukela osukwini engakhipha ngalo abantu bami u-Israyeli eGibithe, angikhethanga muzi kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli ukuba ngakhe indlu ukuba igama lami libe khona kuyo; kepha ngakhetha uDavide ukuba abe phezu kwabantu bami u-Israyeli.
Ngempela, uJehova akenzi lutho, kodwa uyembulile imfihlo yakhe ezincekwini zakhe, abaprofethi.
Futhi wathi: Yizwani amazwi ami: Uma kukhona umprofethi phakathi kwenu, mina, iNkosi, ngizozazisa kuye ngombono futhi ngikhulume kuye ngephupho.