Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.
2 kaPetru 2:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba bebengayazanga indlela yokulunga kunokuba sebeyazi bafulathele umyalo ongcwele abawunikwayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba babengayazanga indlela yokulunga kunokuba kuthi sebayazile bafulathele umyalo ongcwele ababewunikeziwe. IsiZulu 2020 Ngokuba kwakungcono kubo ukuthi kabazange bayazi indlela yokulunga kunokuba bathi sebeyazi baphenduke bafulathele umyalo ongcwele ababewunikiwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba bebengayazanga indlela yokulunga kunokuba sebeyazi bafulathele umyalo ongcwele abawunikwayo. |
Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.
Ngiyakuzwa lokho uNkulunkulu uJehova ayakukukhuluma, ngokuba uyakukhuluma ukuthula kubantu bakhe nakwabangcwele bakhe; kodwa kababuyele ebuwula.
Kepha uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, enze izinengiso zonke omubi azenzayo, uyakuphila na? “Konke ukulunga kwakhe akwenzileyo akuyikubizwa;
Futhi, uma olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, ngibeke isikhubekiso phambi kwakhe, uyakufa; ngoba ungamxwayisanga, uzafela esonweni sakhe langokulunga kwakhe akwenzileyo. Ngeke kukhunjulwe; kodwa igazi lakhe ngiyakulibiza esandleni sakho.
Uma ngithi kolungileyo uyakuphila isibili; uma ethembela ekulungeni kwakhe, enze ukungalungi, konke ukulunga kwakhe akuyikukhunjulwa; kepha ngenxa yobubi bakhe abenzileyo, uyakufa ngabo.
Nabahlubukayo kuJehova; nalabo abangazange bamfune uJehova futhi abangabuzanga kuye.
Ngokuba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, anikholwanga nguye, kepha abathelisi nezifebe bakholwa nguye;
Leyo nceku ebiyazi intando yenkosi yayo ingalungisi, ingenzanga njengentando yayo, iyakushaywa imivimbo eminingi;
UJesu wathi kubo: “Uma beniyizimpumputhe, ngabe aninasono; ngakho isono senu sihlezi.
ukuze ugcine lomlayo ungelasici, ungelacala, kuze kube sekubonakaleni kweNkosi yethu uJesu Kristu;
Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, awusekho umhlatshelo wezono;
ukuze likhumbule amazwi akhulunywa ngaphambili ngabaprofethi abangcwele, lomlayo wethu thina baphostoli beNkosi loMsindisi;
Bathandekayo, ngisenza inkuthalo yonke ukulibhalela ngensindiso esihlanganyelo ngayo, kwadingeka ukuba nginilobele, nginikhuthaze ukuba nilulwele kanzima ukholo olwanikelwa kwabangcwele kanye.