Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 8:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Abuthana onke amadoda amadala akwa-Israyeli, eza kuSamuweli eRama.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwabuthana onke amalunga akwa-Israyeli, aya kuSamuweli eRama;

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kwase kubuthana wonke amalunga akwa-Israyeli, aya kuSamuweli eRama,

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 8:4
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abineri wakhuluma kumalunga akwa-Israyeli, wathi: “Benimfuna uDavide ukuba abe yinkosi phezu kwenu;


Ayesefika onke amadoda amakhulu akwa-Israyeli enkosini eHebroni; inkosi uDavide yenza isivumelwano nawo eHebroni phambi kukaJehova, amgcoba uDavide abe yinkosi kwa-Israyeli.


Wathi kuMose: “Khuphukela kuJehova, wena no-Aroni, noNadabi no-Abihu, namalunga angamashumi ayisikhombisa akwa-Israyeli; futhi ukhonze wena kude.


Hamba, ubuthe amalunga akwa-Israyeli, uthi kuwo: INkosi, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, ka-Isaka, noJakobe, ibonakele kimi, yathi: Nginihambele, ngabona okwenziwa kini. EGibhithe:


Bavuka ekuseni kakhulu, bakhuleka phambi kukaJehova, babuya, bafika emzini wabo eRama; u-Elkana wamvuma uHana umkakhe; uJehova wamkhumbula.


Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa, sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; khona-ke, uma kungekho osikhululayo, siyakuphumela kuwe.


Wayebuyela eRama; ngoba yayikhona indlu yakhe; wayala khona u-Israyeli; wamakhela khona uJehova i-altare.


USamuweli wakhuluma onke amazwi kaJehova kubantu abacela kuye inkosi.