Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 3:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 U-Abineri wakhuluma kumalunga akwa-Israyeli, wathi: “Benimfuna uDavide ukuba abe yinkosi phezu kwenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 U-Abineri waba nezwi namalunga akwa-Israyeli, ethi: “Ngezikhathi ezidlulileyo nafuna uDavide abe yinkosi phezu kwenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 U-Abhineri wakhuluma namalunga akwa-Israyeli, wathi: “Ngesikhathi esidlulileyo benifuna ukuba uDavide abe yinkosi yenu, anibuse.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 3:17
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwenzeni manje, ngokuba uJehova wakhuluma ngoDavide, wathi: “Ngesandla sikaDavide inceku yami ngiyakophula abantu bami u-Israyeli esandleni samaFilisti nasesandleni sazo zonke izitha zabo.


Laba babe yizinhloko zamaqhawe uDavide ayenazo, aziqinisa naye embusweni wakhe kanye no-Israyeli wonke ukumbeka inkosi njengezwi likaJehova ngo-Israyeli.


Kodwa uNkulunkulu unguMahluleli: uyamehlisa omunye aphakamise omunye.


Manje bheka, ngiyazi kahle ukuthi uyakuba yinkosi impela, nokuthi umbuso wakwa-Israyeli uyakuqiniswa esandleni sakho.


Abuthana onke amadoda amadala akwa-Israyeli, eza kuSamuweli eRama.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka