Kwasekusithi ekuthwaseni komnyaka, uBenihadadi wabala amaAramu, wenyukela eAfeki ukuyalwa loIsrayeli.
1 Samuweli 4:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ilizwi likaSamuweli lafika kuIsrayeli wonke. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa e-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izwi likaSamuweli lafika kuye wonke u-Israyeli. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa ngase-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki. IsiZulu 2020 Izwi likaSamuweli lafika kuwo wonke u-Israyeli. U-Israyeli waphuma wayolwa namaFilisti, wakanisa ngase-Ebheni Ezeri; amaFilisti akanisa e-Afeki. |
Kwasekusithi ekuthwaseni komnyaka, uBenihadadi wabala amaAramu, wenyukela eAfeki ukuyalwa loIsrayeli.
Kepha abanye babalekela e-Afeki emzini; kwawela ugange phezu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesikhombisa. UBhenihadadi wabaleka, wangena emzini ekamelweni elingaphakathi.
Nimi nonke namuhla phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu; izinhloko zezizwe zenu, namalunga enu, nezinceku zenu, nawo onke amadoda akwa-Israyeli,
Kusukela eningizimu, lonke izwe lamaKhanani, neMehara eliseceleni kwamaSidoni, kuze kufike e-Afeki, kuze kube semkhawulweni wama-Amori;
Nina nimlahlile namuhla uNkulunkulu wenu, owanisindisa kuzo zonke izinhlupheko zenu nezinsizi zenu; laselisithi kuye: Hatshi, kodwa sibekele inkosi phezu kwethu. Manje zimiseni phambi kukaJehova ngokwezizwe zenu nangezinkulungwane zenu.
AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abantwana bakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli.
UJehova wathi kuSamuweli: “Bheka, ngizakwenza into kwa-Israyeli eziyakunkeneneza ngayo izindlebe zombili zabo bonke abayizwayo.
AmaFilisti azihlelela ukulwa no-Israyeli; babulala endle amadoda angaba yizinkulungwane ezine.
AmaFilisti athatha umphongolo kaNkulunkulu, awususa e-Ebenezeri, awusa e-Ashidodi.
USamuweli wathatha itshe, walibeka phakathi kweMispa neSeni, walibiza ngokuthi i-Ebeni Ezeri, wathi: “Kuze kube manje uJehova usisizile.”