Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?
1 Samuweli 3:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 USamuweli wamtshela konke, akamfihlelanga lutho. Wathi: “NguJehova; makenze lokho akubona kufanele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USamuweli wayesemtshela konke, akamfihlelanga lutho. Wathi: “NguJehova; makenze okuhle emehlweni akhe.” IsiZulu 2020 USamuweli wamtshela konke, akamfihlelanga lutho. Wathi: “UnguSimakade; makenze okuhle emehlweni akhe.” |
Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?
Qinani, masibe nesibindi ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu, uJehova enze lokho akubona kufanele.
Wayesethi uHezekiya ku-Isaya: “Lihle izwi likaJehova olikhulumile. Wathi: “Akukuhle yini uma kukhona ukuthula neqiniso ezinsukwini zami na?”
Qinani, masibe nesibindi ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu, uJehova enze okuhle emehlweni akhe.
Wathi: “Ngaphuma ngize esizalweni sikamame, futhi ngiyakubuyela khona ngize; uJehova wapha, uJehova wathatha; Malibongwe iGama leNKOSI.
Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengokukhuluma kwabesifazane abayiziwula.” Ini? siyakwamukela okuhle esandleni sikaNkulunkulu, singamukeli okubi na? Kukho konke lokhu uJobe akonanga ngomlomo wakhe.
Wayesethi uHezekiya ku-Isaya: “Lihle izwi likaJehova olikhulumile. Waqhubeka wathi: Ngoba kuyoba khona ukuthula neqiniso ezinsukwini zami.
Umprofethi uJeremiya wawakhuluma onke lawa mazwi kuZedekiya, inkosi yakwaJuda, eJerusalema,
Inkosi uZedekhiya yasithuma yamthathela uJeremiya umprofethi kuye emnyango wesithathu wendlu ye Nkosi; inkosi yathi kuJeremiya: “Ngizakubuza utho; ungangifihleli lutho.
Wayesethi umprofethi uJeremiya kubo: “Nginizwile; bhekani, ngiyakukhuleka kuJehova uNkulunkulu wenu njengamazwi enu; nakho konke uJehova akuphendulayo, ngiyakunitshela khona; Ngeke ngikugodle lutho.
UMose wayesethi ku-Aroni: “Yilokhu uJehova akukhulumayo ngokuthi: ‘Ngizangcweliswa kulabo abasondela kimi, futhi phambi kwabo bonke abantu ngiyodunyiswa. U-Aroni wathula.
Ngakho zithobeni ngaphansi kwesandla sikaNkulunkulu esilamandla, ukuze azaliphakamisa ngesikhathi esifaneleyo;
Abantwana bakwa-Israyeli bathi kuJehova: “Sonile; Sikhulule namuhla nje, siyakhuleka Kuwe.