Nxa umuntu ethatha umfowabo endlini kayise ethi: ‘Ninezingubo, yibani phezu kwethu;
1 Samuweli 21:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho kuyini ngaphansi kwesandla sakho manje? nginike esandleni sami izinkwa eziyisihlanu, noma yini ekhona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Manje kuyini okuphansi kwesandla sakho na? Nginike esandleni sami izinkwa eziyisihlanu noma kuyini okukhona.” IsiZulu 2020 Ngakho-ke yini onayo lapho? Nginike izinkwa eziyisihlanu noma yini nje ekhona.” |
Nxa umuntu ethatha umfowabo endlini kayise ethi: ‘Ninezingubo, yibani phezu kwethu;
Futhi uma uNkulunkulu eba nalesi sizwe ngaphansi kwesandla sami! ngase ngimsusa u-Abimeleki. Wayesethi ku-Abimeleki: “Yandisa impi yakho, uphume;
UDavide wayesethi ku-Ahimeleki umpristi: “Inkosi yangiyala indaba, yathi kimi: ‘Makungabikho muntu owaziyo ngale ndaba engikuthuma kuyo nokuthi ngiyakuyala ngakho; futhi ngamisa izinceku zami endaweni yokuthi nokuthi.
Umpristi wamphendula uDavide, wathi: “Akukho sinkwa esivamile phansi kwesandla sami, kodwa kukhona isinkwa esingcwele; uma izinsizwa okungenani beziqhelelanisa nabesifazane.