Ngiyakubiza oRahabi noBabele kwabangaziyo: bheka, Filistiya neTire kanye neKushe; indoda le yazalelwa khona.
1 kaPetru 5:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Liyakhonza kini ibandla elikhethiweyo, kanye nani eliseBabiloni, noMarku indodana yami. IsiZulu 2020 Liyakhonza kini ibandla eliseBhabhiloni elikhethiweyo kanye nani, uyakhonza noMakhu indodana yami. Baasraak Zulu New Testament Bible Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami. |
Ngiyakubiza oRahabi noBabele kwabangaziyo: bheka, Filistiya neTire kanye neKushe; indoda le yazalelwa khona.
Esekubonile lokho, wafika endlini kaMariya unina kaJohane othiwa uMarku; lapho ababebuthene khona abanengi bekhuleka.
OBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqedile inkonzo yabo, bahamba noJohane othiwa uMarku.
Kwaba khona ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana, uBarnabasi wamthatha uMarku, waya eKhupro ngomkhumbi;
Uyakhonza kini u-Aristarku isiboshwa kanye nami, noMarku indodana kadadewabo kaBarnaba, enayalwa ngaye; uma efika kini mamukeleni;
Ilunga kuyo inkosikazi ekhethiweyo nabantwana bayo, engibathandayo ngeqiniso; kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abalaziyo iqiniso;
Ebunzini lakhe kwakulotshwe igama eliyimfihlakalo, iBhabhiloni ENKULU, UNINA WEZIFEBE NOWAZINYANYAYO ZOMHLABA.
Sasesimemeza ngelizwi elilamandla, sisithi: Liwile, iBhabhiloni elikhulu, njalo selibe yindawo yokuhlala amadimoni, lenqaba yabo bonke omoya abangcolileyo, lesibaya senyoni zonke ezingcolileyo lezizondekayo.