Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 18:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Sasesimemeza ngelizwi elilamandla, sisithi: Liwile, iBhabhiloni elikhulu, njalo selibe yindawo yokuhlala amadimoni, lenqaba yabo bonke omoya abangcolileyo, lesibaya senyoni zonke ezingcolileyo lezizondekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Yamemeza ngezwi elinamandla, yathi: “Liwile, liwile iBabiloni elikhulu, selibe yindawo yokuhlala amademoni, nendawo yokubopha bonke omoya abangcolileyo, nendawo yokubopha zonke izinyoni ezingcolileyo nezizondekayo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Yamemeza ngezwi elikhulu, yathi: “Liwile, liwile iBhabhiloni elikhulu, seliphenduke indawo ehlala amadimoni, nejele layo yonke imimoya engcolileyo, nazo zonke izinyoni ezingcolileyo nezinengekayo, nazo zonke izilwane ezingcolile nezinengekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Sasesimemeza ngelizwi elilamandla, sisithi: Liwile, iBhabhiloni elikhulu, njalo selibe yindawo yokuhlala amadimoni, lenqaba yabo bonke omoya abangcolileyo, lesibaya senyoni zonke ezingcolileyo lezizondekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 18:2
26 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakuyenza ibe yifa lamagxolo ababayo namachibi amanzi; futhi ngokuqinisekile ngiyolishanela kanye nesilo esibhubhisayo,” kusho uJehova Sebawoti.


Ngakho-ke, profetha wonke lawa mazwi ngokumelene nabo futhi uthi kubo: INkosi iyobhonga iphezulu futhi iphakamise izwi layo isendaweni yayo yokuhlala engcwele; uyakubhonga kakhulu phezu kwendlu yakhe; njengalabo abanyathela amagilebhisi, uyophakamisa isililo ngokumelene nabo bonke abakhileyo emhlabeni.


IBhabhele liyakuba yizinqwaba, indawo yokuhlala izimpungushe, nesimangaliso, nokunyenyeza, kungahlali ohlala khona.


IBhabhiloni lawa ngokuzumayo, lachithwa; mkhaleleni; thatha amafutha ezinhlungwini zakhe, uma kunjalo, angasinda.


INkosi izabhonga iseZiyoni, iphakamise ilizwi layo iseJerusalema; kuyakuzamazama izulu nomhlaba, kepha uJehova uyakuba yithemba labantu bakhe nenqaba yabantwana bakwa-Israyeli.


Futhi imihlambi iyolala phakathi kwawo, zonke izilwane zezizwe; inkalakatha kanye nomunyu kuyolala emaphethelweni ayo angaphezulu; izwi labo liyohuba emafasiteleni; ukubhujiswa kuyakuba semibundwini, ngokuba uyakudalula umsebenzi wemisedari.


Izinyawo zakhe zazifana nethusi elicwengekileyo, sengathi zishiswe esithandweni; lelizwi lakhe linjengomsindo wamanzi amanengi.


Samemeza ngezwi elikhulu njengokubhonga kwengonyama, nalapho isimemuzile, imidumo eyisikhombisa yezwakalisa amazwi ayo.


Izidumbu zabo zizakuba semgwaqweni womuzi omkhulu othiwa ngokomoya iSodoma leGibhithe, lapho leNkosi yethu yabethelwa khona.


Enye ingelosi yaphuma ethempelini, imemeza ngezwi elikhulu kohlezi efwini, ithi: “Faka isikela lakho uvune, ngokuba isikhathi sokuvuna sesifikile; ngoba isivuno somhlaba sesivuthiwe.


Kwase kulandela enye ingilosi, ithi: Liwile, liwile iBhabhiloni, umuzi omkhulu, ngoba liphuzise izizwe zonke iwayini lolaka lobufebe balo.


Ngabona kuphuma emlonyeni kadrako, nasemlonyeni wesilo, nasemlonyeni womprofethi wamanga omoya abathathu abangcolileyo, befana namasele.


Umuzi omkhulu wahlukaniswa waba izingxenye ezintathu, nemizi yezizwe yawa, neBabiloni elikhulu lakhunjulwa phambi kukaNkulunkulu, ukuba alinike indebe yewayini lolaka lolaka lwakhe.


Nowesifazane ombonileyo ungumuzi omkhulu obusa amakhosi omhlaba.


Ebunzini lakhe kwakulotshwe igama eliyimfihlakalo, iBhabhiloni ENKULU, UNINA WEZIFEBE NOWAZINYANYAYO ZOMHLABA.


emi khatshana ngokwesaba ukuhlutshwa kwalo, esithi: Maye, maye, umuzi omkhulu iBhabhiloni, umuzi onamandla! ngoba ngehora elilodwa ukwahlulela kwakho kufike.


Ingelosi enamandla yafukula itshe elinjengelokusila elikhulu, yaliphonsa olwandle, ithi: “Kanjalo iBabiloni umuzi omkhulu liyakuphonswa phansi ngamandla, lingabe lisafunyanwa.


Ngase ngibona ingelosi enamandla imemeza ngezwi elikhulu, ithi: Ngubani ofanele ukuvula incwadi nokuthukulula izimpawu zayo na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka