Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 3:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Basebemqaphela ukuthi uzamsilisa yini ngesabatha; ukuze bambeke icala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Bamqaphela ukuba uzakumphilisa yini ngesabatha, ukuze bambeke icala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Babembheke ngeso lokhozi ukuthi ngabe uzomphilisa yini lowo muntu ngesabatha, ukuze bamthwese icala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Basebemqaphela ukuthi uzamsilisa yini ngesabatha; ukuze bambeke icala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 3:2
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, kwakukhona umuntu onesandla esishwabene. Bambuza-ke, bathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na? ukuze bambeke icala.


Wathi endodeni enesandla esishwabeneyo: “Sukuma uye phakathi.”


Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.


Basebemqaphela, bathuma izinhloli ezizenza abalungileyo ukuze babambe amazwi akhe, ukuze bamnikele emandleni lakulandleni wombusi.


Ababhali nabaFarisi bamqaphela ukuthi uyakwelapha ngesabatha; ukuze bathole ukumbeka icala.


Bakusho lokho bemlinga, ukuze babe nokumbeka icala. Kepha uJesu wakhothama, waloba ngomunwe emhlabathini, kungathi akezwanga.


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: Lo kaveli kuNkulunkulu, ngoba kagcini isabatha. Abanye bathi: Umuntu oyisoni angenza njani izibonakaliso ezinje? Kwaba khona ukuhlukana phakathi kwabo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka