Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 1:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 UJohane wayembethe eyoboya bekamela, enoqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; wadla izinkumbi nezinyosi zasendle;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UJohane wayembethe eyoboya bekamela, enoqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe, edla izinkumbi nezinyosi zasendle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 UJohane wayegqoke ingubo yoboya bekameli, ebophe umchilo woqhotho lwesikhumba okhalo lwakhe, edla izinkumbi noju lwasendle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 UJohane wayembethe eyoboya bekamela, enoqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; wadla izinkumbi nezinyosi zasendle;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 1:6
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yena uJohane wayenengubo yoboya bekamela, enoqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; ukudla kwakhe kwakuyizintethe nezinyosi zasendle.


Kwaphumela kuye izwe lonke laseJudiya nabo bonke abaseJerusalema, babhapathizwa nguye emfuleni iJordani, bevuma izono zabo.


Washumayela wathi: “Emva kwami kuyeza onamandla kunami, engingafanele ukukhothama ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka