Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 8:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wayeselula isandla, wamphatha, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka masinyane ochokweni lwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 UJesu welula isandla sakhe, wamthinta, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka ngokushesha ochokweni lwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 8:3
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasesithi endodeni: Yelula isandla sakho. Wayeseselula; kwasekusindiswa kwaba kuhle njengenye.


UJesu waba nesihe, welula isandla, wamphatha, wathi kuye: “Ngiyathanda; hlambuluka.


Wasevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: Thula, uthi cwaka. Umoya wanqamuka, kwaba khona ukuthula okukhulu.


Wabamba isandla somntwana, wathi kuye: “Thalitha, kumi; okungukuthi ngokuhunyushwa: Ntombakazi, ngithi kuwe: Vuka.


Wabheka phezulu ezulwini, wabubula, wathi kuye: “Efatha,” okungukuthi, Vula!


UJesu ebona ukuthi isixuku sigijima kanyekanye, wawukhuza umoya ongcolileyo, wathi kuwo: “Wena moya oyisimungulu nesithulu, ngiyakuyala: phuma kuye, ungabe usangena kuye.


Kwakukhona abanochoko abaningi kwa-Israyeli ngesikhathi sika-Elisha umprofethi; kepha akuhlanjululwanga namunye kubo, kuphela uNahamani umAramu.


Waseselula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda, hlambuluka. Masinyane uchoko lwasuka kuye.


Wasesondela wathinta uhlaka; abaluthweleyo bema. Yathi: Nsizwa, ngithi kuwe: Vuka.


Esetshilo lokho wamemeza ngelizwi elikhulu wathi: Lazaru, phuma.


Uma bengingenzanga phakathi kwabo imisebenzi engenziwanga muntu, ngabe bebengenasono;


Ngokuba njengalokhu uYise evusa abafileyo, abaphilise; ngokunjalo neNdodana iyabaphilisa labo ethanda ukubaphilisa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka