Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 8:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible

10 UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UJesu ekuzwa lokho wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngifumane kwa-Israyeli ukukholwa okungaka kumuntu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 UJesu ekuzwa lokhu wamangala, wayesethi kwababemlandela: “Ngiqinisile ngithi kini: angikaze ngikufumane kumuntu ukukholwa okungaka kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 8:10
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJesu waphendula wathi kuye: O mame, kukhulu ukukholwa kwakho; Indodakazi yakhe yasinda kusukela ngaleso sikhathi.


Kepha ngithi kini: Abaningi bayakuza bevela empumalanga nasentshonalanga, bahlale ekudleni no-Abrahama, no-Isaka, noJakobe embusweni wezulu.


Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze.


Wamangala ngokungakholwa kwabo. Wahamba imizi ngemizi efundisa.


Ebona ukukholwa kwabo wathi kuye: “Ndoda, uthethelelwe izono zakho.


Wathi kowesifazane: “Ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba ngokuthula.


Kwathi uJesu ekuzwa lokho wamangala ngayo, waphenduka, wathi ezixukwini ezazimlandela: Ngithi kini: Angitholanga ukholo olungaka nakwaIsrayeli.


Bamangala bonke, bamangala, bathi omunye komunye: “Bhekani, bonke laba abakhulumayo abasibo abaseGalile na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka