Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 6:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kepha nxa nikhuleka, ningaphindaphindi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kodwa nxa nikhuleka, ningathemelezi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Kepha uma nikhuleka, ningathemelezi njengabezizwe, ngokuba bacabanga ukuthi bayakuzwakala ngokukhuluma kwabo okuningi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kepha nxa nikhuleka, ningaphindaphindi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 6:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma engasezwa, tshela ibandla;


Waqhubeka ingcosana, wawa ngobuso bakhe, wakhuleka wathi: “Baba, uma kungenzeka, makudlule kimi lesisitsha; nokho kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena.


Wabuye wahamba ngokwesibili, wakhuleka, wathi: “Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzi, mayenziwe intando yakho.


Wabashiya, wabuye wahamba, wakhuleka ngokwesithathu, esho wona lawo mazwi.


Ngokuba konke lokho abezizwe bayakufuna; ngokuba uYihlo osezulwini uyazi ukuthi niyakudinga lokho konke.


Kodwa sebekwazi ukuthi ungumJuda, bonke ngazwi linye bamemeza kungathi amahola amabili, Mkhulu uDiyana wabaseEfesu!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka