Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 22:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kodwa inkosi yathukuthela yathukuthela, yasithuma amabutho ayo, abhubhisa labobabulali, atshisa umuzi wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha inkosi yathukuthela, yathuma amabutho ayo, yabulala labo babulali, yashisa umuzi wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Ngakho inkosi yathukuthela, yathumela amabutho ayo, yabulala labo babulali, yashisa nomuzi wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa inkosi yathukuthela yathukuthela, yasithuma amabutho ayo, abhubhisa labobabulali, atshisa umuzi wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 22:7
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abaseleyo bazibamba izinceku zakhe, baziphatha kabi, bazibulala.


Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele.


Kodwa lezozitha zami ezazingathandanga ukuthi ngibuse phezu kwazo, ziletheni lapha, lizibulale phambi kwami.


Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni; nabaphakathi kwawo mabaphume baphume; nabasemaphandleni bangangeni kuwo.


Bayakuwa ngosiko lwenkemba, bathunjelwe ezizweni zonke, iJerusalema liyakunyathelwa phansi ngabezizwe, kuze kugcwaliseke izikhathi zabezizwe.


besenqabela ukuthi sikhulume kwabezizwe ukuze basindiswe, bagcwalise izono zabo njalonjalo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka