Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 18:13 - Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Uma eyithola, ngiqinisile ngithi kini: Uthokoza ngayo kakhulu kunangezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ezingadukanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Athi uma eyithola, ngiqinisile ngithi kini, uthokoza ngayo kakhulu kunangezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ezingadukanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Kuthi lapho eyithola, ngiqinisile ngithi kini, uthokoza kakhulu ngayo kunangalezi ezingama-99 ebezingadukile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma eyithola, ngiqinisile ngithi kini: Uthokoza ngayo kakhulu kunangezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ezingadukanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 18:13
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nicabangani? Uma umuntu enezimvu eziyikhulu, kuduke enye kuzo, akazishiyi ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye, aye ezintabeni, afune edukileyo?


Kanjalo akusiyo intando kaYihlo osezulwini ukuba kubhubhe noyedwa kulaba abancinyane.


Aluthokozi ngokungalungile, kepha luthokozela iqiniso;


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka