Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 13:14 - Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kugcwaliseka kubo isiprofetho sika-Isaya sokuthi: “Ngokuzwa niyakuzwa, ningaqondi; nokubona nizakubona, ningabonisi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kugcwaliseka kubo isiprofetho sika-Isaya sokuthi: “ ‘Ngokuzwa niyakuzwa, ningaze naqonda; ngokubona niyakubona, ningaze nabonisisa;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Kugcwaliseka kubo isiphrofetho sika-Isaya esithi: “ ‘Niyakuzwa nokuzwa, kepha ningaqondi; niyakubona nokubona, kepha ningabonisisi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kugcwaliseka kubo isiprofetho sika-Isaya sokuthi: “Ngokuzwa niyakuzwa, ningaqondi; nokubona nizakubona, ningabonisi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 13:14
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ukuze bebona babone, bangaboni; nokuzwa, bezwe, bangaqondi; funa noma nini baphenduke, bathethelelwe izono zabo.


Wathi: “Niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso kaNkulunkulu, kepha kwabanye ngemifanekiso; ukuze bebona bangaboni, lokuzwa bangaqedisisi.


Kodwa kabalilalelanga bonke ivangeli. Ngokuba u-Isaya uthi: “Nkosi, ngubani okholwe umbiko wethu na?


Kepha izingqondo zabo zaphuphuthekiswa, ngokuba kuze kube namuhla sisalokhu kufundwa isivumelwano esidala singambulwanga. okuyindwangu echithwa kuKristu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka