Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 1:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible

16 uJakobe wazala uJosefa indoda kaMariya, okwazalwa ngaye uJesu, othiwa uKristu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 uJakobe wazala uJosefa, indoda kaMariya, azalwa nguye uJesu othiwa uKristu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 uJakobe wazala uJosefa, indoda kaMariya; yena wazala uJesu okuthiwa uKhristu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 uJakobe wazala uJosefa indoda kaMariya, okwazalwa ngaye uJesu, othiwa uKristu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 1:16
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

u-Eliyudi wazala u-Eleyazare; u-Eleyazare wazala uMathani; uMathani wazala uJakobe;


USimoni Petru waphendula wathi: “Wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu ophilayo.


Wasebalaya abafundi bakhe ukuthi bangatsheli muntu ukuthi yena unguJesu uKristu.


Kwathi sezimukile, khangela, ingilosi yeNkosi yabonakala kuJosefa ngephupho, ithi: Vuka uthathe umntwana omncane lonina, ubalekele eGibhithe, uhlale khona ngize ngikubikele; izofuna umntwana omncane ukuba ambhubhise.


Ngakho sebebuthene, uPilatu wathi kubo: Lithanda ukuthi ngilikhululele bani? UBarabasi noma uJesu othiwa uKristu?


UPilatu wathi kubo: Pho ngimenzeni uJesu othiwa uKristu? Bonke bathi kuye: Kabethelwe esiphambanweni.


Lo akasiye umbazi, indodana kaMariya, nomfowabo kaJakobe, noJose, noJuda, noSimoni? Nodadewabo abakho yini lapha kithi na? Base bekhubeka kuye.


Entombini eyayimiselwe indoda egama layo linguJosefa wendlu kaDavide; lebizo lentombi nguMariya.


Sebembonile bamangala; unina wathi kuye: Mntwana, usenzeleni okunje? bheka, uyihlo nami besikufuna silusizi.


Wazala izibulo lakhe, wayisonga ngezindwangu, walilalisa emkhombeni; ngoba kwakungelandawo yabo endlini yezihambi.


UJesu yena waqala eneminyaka engaba ngamashumi amathathu (njengoba kwakucatshangwa) indodana kaJosefa, indodana kaHeli,


Bonke bafakaza ngaye, bamangala ngamazwi omusa aphuma emlonyeni wakhe. Basebesithi: Lo kayisiyo indodana kaJosefa yini?


Owesifazane wathi kuye: “Ngiyazi ukuthi uMesiya uyeza, othiwa uKristu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka