Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KwabaseFilipi 1:22 - Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Kepha uma ngiphila enyameni, lokhu kuyizithelo zomsebenzi wami;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kepha uma ukuphila enyameni kuyisithelo somsebenzi kimi, angisakwazi engizakukukhetha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Kepha uma ukuphila kulo mzimba kuyisithelo somsebenzi kimi, engizakukukhetha angikwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kepha uma ngiphila enyameni, lokhu kuyizithelo zomsebenzi wami;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseFilipi 1:22
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Manje, bazalwane, ngiyazi ukuthi nenze ngokungazi njengababusi benu.


Kepha angithandi ukuba ningazi, bazalwane, ukuthi ngazimisela kaningi ukuza kini, ngavinjwa kuze kube manje, ukuze ngibe nesithelo naphakathi kwenu, nanjengakwabanye abezizwe.


UNkulunkulu akabalahlanga abantu bakhe ayebazi ngaphambili. Anazi yini ukuthi umbhalo uthini ngo-Eliya na? ukuthi umncenga kanjani uNkulunkulu ngoIsrayeli, ethi:


Ngoba lanxa sihamba enyameni, kasilwi ngokwenyama;


Ngibethelwe kanye noKristu, nokho ngiyaphila; nokho akumina, kodwa uKristu uphila kimi, nokuphila engikuphila manje enyameni ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.


Ngokuba ngicindezelekile phakathi kokubili, nginesifiso sokumuka ngiyekuba noKristu; okuyinto engcono kakhulu:


Kodwa ukuhlala enyameni kuyadingeka kakhulu ngenxa yenu.


Ngokuba ngithanda ukuba nazi ukuthi kungakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu, nangenxa yabaseLawodikeya, nabo bonke abangabubonanga ubuso bami enyameni;


ukuze isikhathi esiseleyo enyameni angabe esaphila ezinkanukweni zabantu, kodwa ngentando kaNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka