Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 7:15 - Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kusesobala kakhulu ukuthi kuvele omunye umpristi ofana noMelkisedeki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ikakhulu kusobala lokho, uma kumiswa omunye umpristi ofana noMelkisedeki,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Kusobala kakhulu lokho, uma kumiswa omunye umphristi ofana noMelkhizedeki,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kusesobala kakhulu ukuthi kuvele omunye umpristi ofana noMelkisedeki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 7:15
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa kanampande phakathi kwakhe, kodwa uhlala isikhashana; kuthi sekuvele usizi nokuzingelwa ngenxa yezwi, akhubeke masinyane.


njengoba esho nakwenye indawo ukuthi: Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Ngakho-ke uma ukuphelela kwakukhona ngobupristi bukaLevi, ngokuba abantu bawemukela umthetho ngaphansi kwabo, kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokokuma kukaMelkisedeki, angabizwa ngokokuma ka-Aroni na?


Ngokuba kusobala ukuthi iNkosi yethu yavela kwaJuda; isizwe uMose angakhulumanga lutho ngaso ngobupristi.


ongenziwanga ngokomthetho womyalo wenyama, kodwa ngokwamandla okuphila okungenasiphelo.


Engenayise, engenanina, engenanzalo, engenakuqala kwezinsuku, nakuphela kokuphila; kodwa enziwe wafana neNdodana kaNkulunkulu; uhlala engumphristi njalonjalo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka