Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 2:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible

4 UNkulunkulu laye efakaza ngabo ngezibonakaliso, lezimanga, langezimangaliso ezitshiyeneyo, lezipho zikaMoya oNgcwele, njengokwentando yakhe?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 uNkulunkulu futhi efakaza kanye nabo ngezibonakaliso, nangezimangaliso, nangemisebenzi yamandla eyizinhlobo nhlobo, nangokwabelwa kukaMoya oNgcwele ngokwentando yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 UNkulunkulu efakaza kanye nabo ngezibonakaliso, ngezimangaliso, ngemisebenzi yamandla enhlobonhlobo, nangokwabelwa kukaMoya oNgcwele ngokwentando yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UNkulunkulu laye efakaza ngabo ngezibonakaliso, lezimanga, langezimangaliso ezitshiyeneyo, lezipho zikaMoya oNgcwele, njengokwentando yakhe?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 2:4
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base bephuma, bashumayela ezindaweni zonke, iNkosi isebenza nabo, iqinisa izwi ngezibonakaliso ezilandelayo. Amen.


Inkosi uHerode yasizwa ngaye; (ngokuba igama lakhe laduma) wathi: “UJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo, ngakho-ke imisebenzi yamandla iyabonakala kuye.


Kodwa nxa esefikile uMduduzi, engizamthuma kini evela kuBaba, uMoya weqiniso, ophuma kuBaba, yena uzafakaza ngami.


Khona uJesu wathi kuye: “Uma ningaboni izibonakaliso nezimangaliso, anisoze nakholwa;


Ngakho bahlala isikhathi eside bekhuluma ngesibindi ngeNkosi eyafakazela izwi lomusa wayo, yabanika ukuba kwenziwe izibonakaliso nezimangaliso ngezandla zabo.


Makwazeke kini nonke nakubo bonke abantu bakwa-Israyeli, ukuthi ngegama likaJesu Kristu waseNazaretha enambethela esiphambanweni, uNkulunkulu amvusa kwabafileyo, ngaye lo umi lapha phambi kwenu esindile.


Thina singabafakazi bakhe balezizinto; kanjalo noMoya oNgcwele, uNkulunkulu amnike abamlalelayo.


esimisele ngaphambili ukuthi sibe ngabantwana kuye ngoJesu Kristu, njengokwakufisa kwentando yakhe;


esesazisile imfihlo yentando yakhe, njengokufisa kwakhe okuhle akuhlosileyo kuye;


Kodwa yilowo nalowo kithina uphiwe umusa ngokwesilinganiso sesipho sikaKristu.


Ngokuba akunakwenzeka ngalabo asebake bakhanyiswa, banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka