Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 13:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Sekudliwa, uSathane esekufake enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Sekudliwa isidlo sakusihlwa, usathane wayesekufakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 13:2
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

uSimoni umKhanani, noJudasi Iskariyothe owamkhaphelayo.


Khona uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe engowabayishumi nambili.


INkosi yasisithi: Simoni, Simoni, khangela, uSathane unifunile, ukuze anihlunge njengokolweni;


Ngokuba ubemazi ozakumkhaphela; ngakho wathi: Kalihlambulukile lonke.


Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.


Kodwa uPetro wathi: Ananiya, kungani uSathane egcwalise inhliziyo yakho ukuze uqambe amanga kuMoya oNgcwele, njalo ugodle inxenye yentengo yensimu?


Kodwa makabongwe uNkulunkulu ofake inkuthalo efanayo enhliziyweni kaThithu ngani.


Esasihamba phakathi kwabo sonke ezikhathini ezidlule ngezinkanuko zenyama yethu, sifeza izinkanuko zenyama nezengqondo; futhi ngemvelo sasingabantwana bolaka njengabanye.


Ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze intando yakhe, zibe munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka