Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 13:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Esezigezile izinyawo zabo, wathatha izembatho zakhe, wabuye wahlala phansi, wathi kubo: Niyakwazi yini engikwenzile kini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Esegeze izinyawo zabo wathabatha izingubo zakhe, wabuye wahlala, wathi kubo: “Niyakwazi yini engikwenzile kini na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Ngakho-ke esezigezile izinyawo zabo, wathatha izingubo zakhe, wabuye wahlala esidlweni, wayesethi kubo: “Niyakuqonda yini lokhu engikwenze kini na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Esezigezile izinyawo zabo, wathatha izembatho zakhe, wabuye wahlala phansi, wathi kubo: Niyakwazi yini engikwenzile kini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 13:12
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJesu wathi kubo: Senikuqondile konke lokhu na? Bathi kuye: Yebo, Nkosi.


Wasesithi kubo: Kaliwazi yini lumfanekiso? Pho niyakuyazi kanjani imifanekiso yonke na?


Ngokuba yimuphi omkhulu, ohlezi ekudleni noma okhonzayo? Akusiye ohlezi ekudleni na? kodwa mina ngiphakathi kwenu njengokhonzayo.


Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.


UJesu waphendula wathi kuye: Engikwenzayo kawukwazi khathesi; kodwa uzakwazi emva kwalokhu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka