Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 9:11 - Baasraak Zulu New Testament Bible

11 INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emgwaqweni othiwa uQondile, ubuze endlini kaJudasi othiwa nguSawuli waseTarsu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 INkosi yayisithi kuye: “Suka uye esitaladini esithiwa Siqondile, ufune endlini kaJuda umuntu ogama lakhe linguSawulu waseTarsu; ngokuba bheka, uyakhuleka;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 INkosi yayisithi kuye: “Suka uye emgwaqweni okuthiwa uQondile, ufune endlini kaJuda umuntu, igama lakhe nguSawula waseTharsu, ngokuba uyakhuleka;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emgwaqweni othiwa uQondile, ubuze endlini kaJudasi othiwa nguSawuli waseTarsu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 9:11
28 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJesu waphendula wathi kuye: Uba ubusazi isipho sikaNkulunkulu, lokuthi ngubani othi kuwe: Nginathisa; ubuyakucela kuye, yena ubeyakukunika amanzi aphilayo.


Yasibikela ukuthi yayibone ingelosi endlini yayo imi, yathi kuye: ‘Thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetru;


UBarnabasi wasesuka waya eTarsu ukuyadinga uSawuli;


Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi uyakusindiswa.


Kodwa uPawuli wathi: Mina ngiyindoda engumJuda waseTarsu yeKhilikhiya, isakhamuzi somuzi ongelutho;


Mina-ke ngingumuntu ongumJuda, owazalelwa eTarsu, umuzi waseKhilikhiya, nokho ngakhulela kulo muzi ngasezinyaweni zikaGamaliyeli, ngifundisiwe ngomthetho wawoyise opheleleyo, ngishisekela uNkulunkulu, njengoba ninjalo nonke namuhla.


Ngakho-ke phenduka kulobu bubi bakho, unxuse kuNkulunkulu, ukuba mhlawumbe uthethelelwe isizindlo senhliziyo yakho.


Ingelosi yeNkosi yakhuluma kuFiliphu, yathi: “Suka uye ngaseningizimu endleleni ephuma eJerusalema ehla eGaza, eyihlane.


Abazalwane sebekwazi bamehlisela eKesariya, bamthumela eTarsu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka