Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 3:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 UPetru ekubona waphendula abantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nimangala ngalokho na? Kumbe nisigqolozeleni ngokungathi ngamandla ethu nangobungcwele bethu senze lo ukuba ahambe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Khona uPetru ebona lokho wathatha wathi kubantu: “Madoda akwa-Israyeli, nimangalelani ngalona, nisigqolozelelani ngokungathi simenze ukuba ahambe ngawethu amandla nangokwethu ukukholwa na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 UPhethro ekubona lokho wakhuluma kubantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, kungani nimangele ngalokhu futhi nisigqolozelelani sengathi simenze ngamandla ethu nangokukholwa kwethu ukuba ahambe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UPetru ekubona waphendula abantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nimangala ngalokho na? Kumbe nisigqolozeleni ngokungathi ngamandla ethu nangobungcwele bethu senze lo ukuba ahambe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 3:12
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Okhuluma okwakhe uzifunela udumo lwakhe, kepha ofuna udumo lwalowo omthumileyo uqinisile, akukho ukungalungi kuye.


Madoda, bazalwane, bantwana bozalo lukaAbrahama, labo phakathi kwenu abamesabayo uNkulunkulu, ilizwi lale nsindiso lithunyelwe kini.


Madoda akwa-Israyeli, yizwani lawa mazwi; UJesu waseNazaretha, indoda efakazelwe nguNkulunkulu phakathi kwenu ngemisebenzi yamandla, nangezimangaliso, nangezibonakaliso, uNkulunkulu azenza ngayo phakathi kwenu, njengokuba nazi nani ngokwenu;


Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu.


UNkulunkulu ka-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, uNkulunkulu wawokhokho bethu, uyikhazimulisile iNdodana yakhe uJesu; enamkhaphela nina, namphika phambi kukaPilatu, yena esenqumile ukumkhulula.


Ngakho ngithi: UNkulunkulu ubalahlile abantu bakhe na? UNkulunkulu akakuvumeli. Ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini.


Obani abangama-Israyeli; okungokwabo ukuma kwabantwana, nenkazimulo, nezivumelwano, nokunikwa komthetho, nenkonzo kaNkulunkulu, nezithembiso;


Kungesikho ukuthi siyenelisa ngokwethu ukucabanga utho njengoluvela kithi; kodwa ukwenelisa kwethu kuvela kuNkulunkulu;


Omunye wamalunga waphendula, wathi kimi: “Laba abembethe izingubo ezimhlophe bangobani na? bavela ngaphi na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka