Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 19:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi u-Apholo eseKorinte, uPawulu esedabule izwe eliphezulu, wafika e-Efesu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi u-Apholo eseKorinte, uPawulu wafika e-Efesu esedabulile amazwe angasenhla, wafumana abafundi abathile,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Kwathi u-Apholo eseseKhorinte, kwafika uPawula e-Efesu, esenqamule ezifundeni ezingenhla; wafica abafundi abathile,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi u-Apholo eseKorinte, uPawulu esedabule izwe eliphezulu, wafika e-Efesu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 19:1
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Emva kwalokho uPawulu wamuka e-Athene, wafika eKorinte;


UKrispu induna yesinagoge wakholwa yiNkosi kanye nendlu yakhe yonke; abaningi kwabaseKorinte bezwa bakholwa, babhapathizwa.


Lokho kwaziwa yibo bonke abakhileyo e-Efesu abaJuda namaGreki; ukwesaba kwabehlela bonke, ladunyiswa igama leNkosi uJesu.


Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;


Ngokuba uPawulu wayezimisele ukudlula e-Efesu ngomkhumbi, ukuze angalibali isikhathi e-Asiya;


Sebefikile kuye, wathi kubo: Niyazi, kusukela osukwini lokuqala engafika ngalo eAsiya, ukuthi nganginjani kini ngezikhathi zonke;


(Ngokuba babebone ngaphambili uTrofimu wase-Efesu enaye emzini, ababecabanga ukuthi uPawulu umngenise ethempelini.)


Kepha ngisho lokhu ukuthi yilowo nalowo kini uthi: Mina ngingokaPawulu; mina ngingoka-Apholo; mina ngingokaKhefase; futhi mina ngikaKristu.


Uma ngokwabantu ngalwa nezilo e-Efesu, ngiyakungisizani, uma abafileyo bengavuki na? masidle, siphuze; ngoba kusasa sizakufa.


Maqondana nomzalwane u-Apholo, ngamncenga kakhulu ukuba eze kini kanye nabazalwane; kodwa uyeza nxa enethuba.


Kodwa ngizahlala e-Efesu kuze kufike iPhentekoste.


Lezi zinto, bazalwane, ngizifanise nami no-Apholo ngenxa yenu; ukuze nifunde kithi ukuthi ningacabangi abantu ngaphezu kokulotshiweyo, ukuze kungabikho ozikhukhumezayo ngenxa yomunye.


UPawulu, umphostoli kaJesu Kristu ngentando kaNkulunkulu, kubo abangcwele abase-Efesu nakubo abakholwayo kuKristu Jesu:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka