Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 16:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Esewubonile umbono, sahle sazama ukuya eMakedoniya, sesibonile impela ukuthi iNkosi isibizile ukuba sishumayele ivangeli kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Lapho esewubonile umbono, safuna masinyane ukuya eMakedoniya, sathi uNkulunkulu usibizile ukuba sibashumayeze ivangeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Kuthe esewubonile lowo mbono; wafuna ukuya ngokushesha eMakhedoniya, ngokuba sasikholwa ukuthi uNkulunkulu usibizile ukuba sishumayele ivangeli kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Esewubonile umbono, sahle sazama ukuya eMakedoniya, sesibonile impela ukuthi iNkosi isibizile ukuba sishumayele ivangeli kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 16:10
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho-ke ngizile kini ngingaphikanga lapho ngibiziwe; ngiyabuza-ke ukuthi ningibizeleni na?


Basebetshumayela khona ivangeli.


Kwabonakala umbono kuPawulu ebusuku; kwakumi indoda yaseMakedoniya, imncenga, ithi: Welela eMakedoniya, usisize.


Emini enkulu, nkosi, ngisendleleni ngabona ukukhanya okuvela ezulwini okungaphezu kokukhanya kwelanga, kungikhanyisa nxazonke zami nababehamba nami.


Kwathi sekunqunyiwe ukuthi siye e-Italiya ngomkhumbi, banikela uPawulu nezinye iziboshwa ezithile enduneni yekhulu, igama layo linguJuliyu, webutho lika-Awugustu.


EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka